Itshwele Lempangele: Grade 10 - 12

Itshwele Lempangele: Grade 10 - 12

Itshwele Lempangele: Grade 10 - 12 (Zulu, Paperback)

R 169.00

Loot · checked 4 days ago

View at Loot
Average
R 173.00
Lowest seen
R 133.00
Highest seen
R 191.00
Last change
-R 4.00
First indexed
13 Jun 2022
Retailer
Loot

Description

Wazalelwa eThekwini eHillary mhla zintathu kuMashi ngo- 1943. Wenza izifundo zobuthisha eSt Chad’s Training College. Washiya ekufundiseni wayosebenza eMsakazweni wesiZulu ngo-1976. Wabhala imidlalo yasemoyeni eyeqile eshumini nanhlanu, kubandakanya u Bathathe Sigidi umdlalo owashiya abantu bekhamisile, nencwadi ethi: Seziyosengwa inkehli. Itshwele lempangele likhuluma ngensizwa emnyama eyaqonywa intombi yeNdiya. Kwaze kwafika lapho bethatha khona isinqumo sokuganana. Bahlangana nezinkinga emindenini yabo, kuyilowo ukhuza umhlola ngoba ubuhlobo obunjalo bungakaze bubonwe nakwamadala nhlangothi zombili. Ngase kube lagcina lifezekile yini leli phupho labo? Ngase kube bazinqoba yini izinkinga zabazali ababengafuni nokuyizwa le mbude yabo? Ungena kanjani pho umfanyana womlungu phakathi kwalezi zithandani ezimbili?