
SAWS Uthando Luyinselelo
SAWS Uthando Luyinselelo (Zulu, Paperback)
R 165.00
Loot ยท checked 2 days ago
- Average
- R 115.00
- Lowest seen
- R 98.00
- Highest seen
- R 165.00
- Last change
- R 50.00
- First indexed
- 08 Apr 2022
- Retailer
- Loot
Description
Le ncwadi ikhuluma ngowesifazana owathola izinkinga emsebenzini engalindelanga. Wayekade esebenza njengonobhala ongakabinawo amava kodwa wazibona esebhekene nomsebenzi omkhulu awawunikwa ngumphathi wakhe wokubhekana nezivakashi ezazibuya eMelika. Wawenza kahle lo msebenzi. Wayekade esebenza nabantu ababezimisele ukuwenza ube nzima umsebenzi wakhe. Waphumelela kuzo zonke izinto ayezenza ngokuzimisela okukhulu. Inkinga yakhe yayiwukuthi wayemthanda umphathi wakhe kodwa engasithandi isimilo sakhe ngoba wayengumuntu ongabonakali ukuthi umqondo wakhe usebenza kanjani. Ekugcineni lo wesifazane washada nomphathi wakhe yaze nenkampani yasebenzisana nenkampani yaseMelika.