
Shuters top class Izibalo : Incwadi Yokusebenzela : Ibanga 2
Mathematics
Takealot ยท checked Today
- Average
- R 72.00
- Lowest seen
- R 72.00
- Highest seen
- R 72.00
- Last change
- R 0.00
- First indexed
- 15 Sep 2026
- Retailer
- Takealot
Description
lzibalo ze-Top Class zakhelwe phezu kweSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola.
lzibalo ze-Top Class zakhelwe phezu kweSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthukisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zincwadi zezibalo lwelekelela umfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye naleyo ayenza ebambisene nabanye, yelekelela umfundi ukuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqukethwe emqulwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga ngalinye. lncwadi KaThisha: Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha. lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa. Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. lmisebenzi enengcebo neyenabile. Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe. lncwadi Yomfundi: lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo. lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. Ulimi lusezingeni elihle. Kukhona nemisebenz.i yokuhlola nokugxilisa. Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo. lncwadi Yokusebenzela: lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla. lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. Ulimi lusezingeni elihle. Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo.
Similar products

Takealot
Shuters top class Izibalo : Incwadi Yokusebenzela : Ibanga 1

Takealot
Shuters top class Izibalo : Incwadi Yokusebenzela : Ibanga 3

Takealot
Shuters top class Tibalo : Incwadi Yekusebentela : Libanga 2

Takealot
Shuters top class Tibalo : Incwadi Yekusebentla : Libanga 1

Takealot
Shuters top class Tibalo : Incwadi Yekusebentela : Libanga 3

Takealot
Shuters top class accounting: Gr 12: Learner's book
4.0(1)
Takealot