
2 offers · 2 retailers
Best price PriceFind tracks
No other tracked retailer beats this price. Compare every offer
- Average
- R 149.00
- Lowest seen
- R 149.00
- Highest seen
- R 149.00
- Last change
- R 0.00
- First indexed
- 24 Sep 2026
- Retailer
- Takealot
Description
Idolobhana iPulaneng neLithakong yizindawo ezinokuthula zaseLesotho. Lokhu kwaphela ngenkathi kufika izigebengu ezazilanda insangu lapha bese ziyoyithengisa ezimayini eGoli. UFani kwakungumfanyana oneminyaka eyishumi nanhlanu.
Idolobhana iPulaneng neLithakong yizindawo ezinokuthula zaseLesotho. Lokhu kwaphela ngenkathi kufika izigebengu ezazilanda insangu lapha bese ziyoyithengisa ezimayini eGoli. UFani kwakungumfanyana oneminyaka eyishumi nanhlanu. Wayekhuthele esiza umama wakhe, uMaFani. Wayemsiza ngokwelusa izimvu nezimbuzi futhi abuye abheke amahhashi ezivakashi ezazifika zilale ehhotela. UFani wayenezindlebe ezibukhali futhi enokuqaphelisisa izinto. Ngenkathi yena nomngani wakhe besentabeni bezwa lezi zivakashi ezaziyizigebengu zikhuluma okuthile okwabasolisa. Futhi amagama azo ayeyinsambatheka ngoba kwakungawezilwane. Isifiso sakhe esikhulu kwakungukuthenga isiqophamazwi ukuze aqophe izingoma.