
- Average
- R 108.00
- Lowest seen
- R 108.00
- Highest seen
- R 155.00
- Last change
- R 47.00
- First indexed
- 03 Mar 2023
- Retailer
- Loot
Each price is from PriceFind's last check of that retailer. Follow the link for the live price.
Description
Idolobhana iPulaneng neLithakong yizindawo ezinokuthula zaseLesotho. Lokhu kwaphela ngenkathi kufika izigebengu ezazilanda insangu lapha bese ziyoyithengisa ezimayini eGoli. UFani kwakungumfanyana oneminyaka eyishumi nanhlanu. Wayekhuthele esiza umama wakhe, uMaFani. Wayemsiza ngokwelusa izimvu nezimbuzi futhi abuye abheke amahhashi ezivakashi ezazifika zilale ehhotela. UFani wayenezindlebe ezibukhali futhi enokuqaphelisisa izinto. Ngenkathi yena nomngani wakhe besentabeni bezwa lezi zivakashi ezaziyizigebengu zikhuluma okuthile okwabasolisa. Futhi amagama azo ayeyinsambatheka ngoba kwakungawezilwane. Isifiso sakhe esikhulu kwakungukuthenga isiqophamazwi ukuze aqophe izingoma."